Nomfundo Moh – Sibaningi Lyrics

Nomfundo Moh – Sibaningi Lyrics (feat. Kwesta)

Kunini ngithule
Ngilokhu ngbekezela
Inhliziyo yakho iyathutha iyaphelezela
Uthando enginalo luya ngokuya luyehla
Engathi kwanele manje, engathi kwanele!
Ungigendis’ okwebhola
Ungshonisa le ungyisa le, Ungshonisa le ungyisa le
Wen’ ungigendis’ okwebhola
Ubukisa ngam ezweni lobaba

Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa sweety
(Sibaningi Sibaningi)

Lomhlonishwa uyakhlonipha
Ath aqale ngokxolisa
Kphele amaSecret, aligcwal’ iqakala isokisi
Ngyabona ngath asizwani
Hlala phansi ngikbonise
Uthando lwethu lusaphila
uSatan owakh’ ibhokisi
I mean
Indoda indoda ngeqiniso layo
Angsiyo leType ezokmokola ngempil’ engingenayo
Kodwa ngyalaz iphupho lakho wena sisi
And asomblief mangbaBusy ngigijimisa lempilo esngenayo
Yeah my past is nothing pretty
There are some things you ain’t forgiving
I just ask that you me a little faith
Ngike ngabhayiza naboTsidi, naboSandra, naboSindi, nabo… Wakhal iynyembezi
Khona Cha ngeke nglinge ngphinde, ngizwile ngizwile
Ngikzwisil ubuhlungu
Kodw uright nibaningi nibaningi
KuneCherry yam, kunoMnganam, kunoMkam lapho kuwe

Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa dali
Bengithi ngingedwa sweety
(Sibaningi Sibaningi)

READ ALSO:   Nomfundo Moh – Umthwalo Lyrics